Sanibona I: Pupilʼs Book: A Beginnerʼs Course in Zulu 0620063246

Publisher: Noel Glass Press Publication date: 1982 Number of pages: 127 ISBN: 0620063246AudioКнига для начинающих изучат

373 71 20MB

English Pages [127] Year 1982

Report DMCA / Copyright

DOWNLOAD PDF FILE

Recommend Papers

Sanibona I: Pupilʼs Book: A Beginnerʼs Course in Zulu
 0620063246

  • Commentary
  • 680324
  • 0 0 0
  • Like this paper and download? You can publish your own PDF file online for free in a few minutes! Sign Up
File loading please wait...
Citation preview

Sanibona I Pupil'sBook COURSE IN ZULU A BEGINNER'S

BeverleyMuller and BonganiMthethwa lllustratedby Muzi Zondi

Noõl GlassPress

0kuqukethwe

Sawubona

@

ffi I

usiDho: . SawubonaThemba uThemba: Yebo sawubona Sipho. UsaDhilana?

,rSipho:

Yebo ngisaphila.Wena usaphilana?

@

ê',-

uThemba:Yebonamingisaphila. Uyaphi? usipho: Ngiyaedolobheni.

ffi {$.t_ uThemba: Nami ngiya khona.

uThemba: NgiÍunaukuthenga ihembe. usipho: Ngifunaukuthenga izicathulo

uThemba: Masihambisane. Kulungile. uSipho:

Sawubona uSipho:

Sawubona Themba

uThemba: Yebo sawubona Sipho. Usaphilana? uSipho:

Yebo ngisaphila.Wena usaphilana?

uThemba: Yebo nami ngisaphila.Uyaphi? uSipho:

Ngiya edolobhêni.

uThemba: Nami ngiya khona. NgiÍuna ukuthonga ihembe. uSipho:

Ngiíuna ukuthonga izicathulo.

uThemba: Masihambisane. uSipho:

Kulungile.

Usaphilana?

Yebo. sawubona.

{

f{? 1lí

'iw

?

Uyaphi?

UMSEBENZII 1 ) One pupil greets two pupils saying - sanibona. 2) One pupil greets one other pupil saying - sawubona. 3) O_nepupil asks two pupils about their health saying Nisaphila? They answer Yebo, sisaphilaor Cha, siyagula. 4) On_epupil asks another pupil about his/hei health saying Usaphila na? The pupil answers yebo, ngisaphilaor Cha, ngiyagula. 5) The teacher gives as many pupils as possiblethe õiportunity to greet one or more personsand to ask after their health.

UMSEBENZIII lzibonelo Uyaphi? (edolobhenil - Ngiya edotobheni. Niyaphi? (ekhayal - Siya ekhaya. 1. 2. 3. 4. 5.

Uyaphi? {eThekwinil Niyaphi?(esikolenil Niyaphi? (esitolo) Uyaphi? (eGoli! NiyaphÍ? {emsebenzini}

6. 7. 8. 9. 10.

Uyaphi? íkwa0heckersl Uyaphi? {ekhaya} Niyaphi?{edolobheni) UyaphiT(engadini) Niyaphi?(eShowel

ACTIVITIES 1. Teacherpicks up figurinesand asks the pupilswhere they are going using all the vocabularymentionedabove and other towns familiai to the pupils. 2. Pupils must greet each other and ask each other where thev are going and give a suitable reply.

UMSEBENZIIII Give suitable responsesto the following 1. Uyaphi? 6. UÍuna ukuthenga ihembe? 2. Usaphilana? 7. Nifuna ukuthenga izicathuto? 3. Niyaphi? 8. Uyagula? 4. Masihambisane 9. Nisaphilana? 5. Sawubona 10. Nami ngiya khona. 5

AMAGAMAAMASHA/VOCABULARY G

uGheckers - Checkers store kwaCheckers- at, to, from Checkers izicathulo- shoes

ngi -l ni - you (plural) ingadi - garden engadini- in the garden

d idolobha- the/a town edolobheni- to town

p phi - where phila - to be in health Usaphila?- Are you still well?

Í funa - want

s

s iGoli - Johannesburg eGoli- to, at, from Johannesburg h hamba - go masihambisane- let us go together ihembe - a/the shirt k ikhaya - the/a home ekhaya - to, at home isikole - the/a school esikoleni- to, at, Írom school khona - there, here I lungile - allright n na - used for questions na e and, with nami - and me/with me nawe - and you/with you

sa - still sawubona - hello (gÌeeting to one person) umsebenzi - work emsebenzini- to, at, from work eshowe - to, from, at eshowe si-we t thenga - buy ukuthenga - to buy iThêku - Durban/thebay eThekwini - to, at, from Durban isitolo - the store esitolo - to, at, Írom the store u u-you w wena - you (singular)as an object

v ya-togo t o Uyaphi?- Where are you going to? yebo - yes

Esitolo

'3p

nr: '

ffa;Y*

.€,5)"\'',

uNkk. Bhengu: Sawubona Nkosikazi Dube. uNkk. Dube: Yebo sawubona NkosikaziBhengu.

__)

uNkk. Bhengu: Ngingakusiza'ngani? uNkk. Dube:

NgiÍuna amazambane, nekhoíi, netiye, noshukela, namasinesinkwa.

t*Ìl

ã

Ll

L;

t) r (:



4,,

yNkk.Bhengu:Kulungile. UÍuna ufulawa? uNkk.Dube: Cha,hayinamuhla

uNkk. Dube:

Malini lokhu?

uNkk. Bhengu: Kubizaamarandi angu 1O/ayishumi.

tnffi&t

tgt

uNkk. Bhengu: Hamba kahle.

Nansi imali. Ngiyabonga. uNkk. Bhengu: Nami ngiyabonga.

uNkk. Dube:

uNkk. Dube:

S€la kahle.

Esitolo uNkosikazi Bhengu:

Sawubona NkosikaziDube.

uNkosikazi Dube:

Yebo sawubona NkosikaziBhengu.

uNkosikazi Bhengu:

Ngingakusizangani?

uNkosikazi Dube:

NgiÍuna amazambane,nekhoÍi, netiye, noshukela,namasi nesinkwa.

uNkosikazi Bhengu:

Kulungile.Ufuna uÍulawa?

uNkosikazi Dube:

Cha, hayi namuhla. Malini lokhu?

uNkosikazi Bhengu:

Kubizaamarandiangu 1 C.rayishumi.

uNkòsikazi Dube:

Nansi imali. Ngiyabonga.

ultkosikazi Bhengu:

Nami ngiyabonga.Èlambakahle.

uNkosikazi Dube:

Sala kahle. I

lzinto ozith€ngwa esitolo

@_@

isinkwa

e #-V&

amaqanoa

;tnï'íif,ìÌ ikhofi

ushukela

FLÚUR ufulawa

impuphu

amazamDane

izithelo

:---.

usawoti

ukudla

ikhekhe

amabhisikidi 10

inyama

Bayathenga

USipho uthenga amaswidi.

?Ilffi

USibongileuthengaamaqanda.'

Ogogo bathenga amazambane.

lt l

/.r-,:\

I :n ) lli ..,

q;PA umntwana

le ,ztr

i;t?^

W

umnumzane

abanumzang

u/o

ffi \al

FJd

ïl Íl

W 14.

ç

íl t

FH

flr uSipho

CI tr

rA , &1\ yp, uMandla

UMSEBENZII lzibonelo lJthengani?(isinkwa, ushukela, ibhotelal - Ngithênga isinkwa noshukela nebhotêla. Uthengani uSipho? (ubisi, ujamu, ushizi| - Usipho uthenga ubisi, noiamu, noshizi. L Uthengani?lamaqanda,itiye, impuphu) 2. Uthenganí.ugogo?Íizithelo,usawoti, amâswidil 3. Uthenóaniumamà? (amazambane,ubisi' isinkwa) 4. Nithengani?(ibhotela' ushukela' amaqandal 5. Bathenganíabantwana? (ushizi' uÍulawa, itiyel 6. Uth€nganiubaba? (isinkwa' ugwayi' amahewul 7. BaÍunaniabaÍundi?(ubisi, amaswidi) 8. UthenganiuThemba?(amasi,ikhoÍi, umentshisil 9. Uthenlisani unkosikaziBhengu?(ibhotêla,ubisi, uÍulawa) 1O. BaÍunaniomama? (itiye' isinkwa' ubisi)

UMSEBENZIII tzibonetoUmama uthenga isinkwa. {omama)- Omama bathengaisinkwa' U-anti uphuza ubisi. (o-anti)- O-ánti baphuzaubisi' 1. UMandla uthanda amaswidi' (oMandlaì 2. Ugogo uthenga amazambane.(ogogol 3. Umfana uthanda amasi' (abaÍana) 4. UmÍundi uya esikoleni' {abaÍundi) 5. Uthisha uya edolobheni.(othishal 6. Umama usaPhila.(omama) 7. Unesi uya ekhaYa.(onesi) 8. USibongileuthenga ihembe nezicathulo.(osibongileì 9. Umuntu uÍuna umsebenziíabantu) 1O. Ubaba uya emsebenzini.(obaba)

UMSEBENZIIII ukudla' tzibonelo Wenzani uSipho? (thenga ukudlal - USipho uthenga ubisi' Wenzani? (phuza ubisi) - Ngiphuza 1. Wenzani?(thenga ihembe). 2, Benzani abantwana? (thenga amaswidil ' t6

. '

.'

3. 4. 5. 6. 7. L

Nenzani?(phuzaitiye| Benzani ogogo? (ya ekhaya| Benzani abaíundi? (ya osikol€nil Wenzani unesi? (phuzaikhoÍil Benzaniabantwana?ícela amaswidil Wenzani uSibongile? (thengisa ukudlal

UMSEBENZIIIIb lzibonelo Wenzani uSipho? (thengal - USipho uyathenga. Wena wenzani? (siza| - Ngiyasiza. 1. Wenzani u-anti? (hambal 6. Nenzani?(sizal (bongal 2. Wenzani uJames? 7. WenzaníuThemba?{phuza} 3. Bonzaniabantwana?(thengal 8. Wenzani?(bingeleÍal 4. Wena wenzani? (valelisal 9. Benzaniomama? (thengal 5. Wenzani ugogo? (dayisal 1O. Nenzani?íhambal

' '

UMSEBENZIlllc lzibonelo Wenzani ugogo? (phuza ikhoÍil - Ugogo uphuza ikhoÍi. Wenzani ugogo? (phuza!- Ugogo uyaphuza. 1. Wenzani umama? (thengaamaqândal 2. Wenzani uSibongile?(thengal 3. Wenzani uMandla?{nika umama imali} 4. Benzaniabantu? (hambal 5. Wenzâni umlungu? {th€ngisa} 6. Nenzani?{sizal 7. Benzanio-anti? (thengisaizithêlol 8. Wena wenzarii?(hambal 1O. Wenzani umnumzane?(bingelelaunesíf

UMSEBENZIIV Phenduh imibuzo

'.

1. 2. 3. 4. 5.

Uthengaphi? UthenganikwaABC? Wenzani esitolo? Bayaphi abaÍundi? Usaphilana?

6. NithenganikwaCheckers? 7. Baphuzaniabantwana? 8. Niyaphi? 9. Nenzani esitolo? 1O. Ufunani esitolo? 17

ACTIVITIES 1. Teacher puts up figurines on felt board and asks pupils what they buy at the store. She uses at least 3 items so as to practice na me a n in g 'a n d ', 2. Pupilsgreet each other and ask after the healthoÍ the other petson. One pupil then asks the other pupil if he/she can help him/her. The pupil then asks if she can buy at least 3 items. The pupil asks the price, pays, thanks the seller and they say farewell. 3. Pupilspracticethanking one another and saying goodbyeto one or more than one person. i,e, sala kahle, salani kahle./hambakahle, hambanikahle.

USipho uyathenga.

Funda indaba USipho uthenga ukudla esitolo. UbingelelaunkosikaziBhengu.UÍuna ukuthenga amasi nesinkwa noÍulawa. Unkosikazi Bhengu unika uSipho amasi nesinkwa noÍulawa, Kubiza amarandi angu 2. Kudulile. USipho unika unkosikaziBhengu imali. Ubonga unkosikazi Bhengu Íuthi uvalelisa nonkosikazi Bhengu. Unkosikazi Bhengu udayisa izimpahla esitolo. USipho uya êkhaya nezimpahla.USipho usiza umama impela. Phendulaimibuzo

1. 2, 3. 4.

UthengaphiuSipho? UthenganiuSipho? USiphoubingelelaubani? Ukudla kubiza malini?

5. 6. 7. 8.

Wenzani unkosikaziBhenguesitolo? USiphousiza ubani? Wena uthengaphi? Wena uthenganikwaOK? 18

AMAGÂMA AMASHA/VOCABULARY h u-anti - aunty o-anti - aunties

hamba kahle - go well amahewu - mahewu (a drink tike thin porridge) hayi - no, not j ujamu - jam

b ba - they ubaba - Íather obaba - father and others bingelela- greet ibhotela - butter biza - cost Kubizairandi,- lt costs one rand. ubisi - milk bonga - thank Ngiyabonga.- | thank. imibuzo - questions izibonelo- examples

k ikhoÍi - coffee ku-it lokhu - this m imali - money Malini?How much money? amasi - sour milk, maas uMandla- Mandla(boy's namel oMandla - Mandla and others unientshisi- matches umama - motner omama - mother and others impuphu - mealie meal impela - indeed izimpahla- goods

c cela - request d dayisa - sell ukudla - to eat, Íood dulile - expensive

n na - and nga - by means of, can ngani - by means of what Ngingakusizangani? - l-low can I help you? nansi imali - here is the monev namuhla - today ni - you (plural) ni - what Uthengani?- What do you buy? nika - give unesi - nurse

e enza - to do f umÍana - boy abaÍana - boys umÍowethu - my, our brother abaÍowethu - my, our brothers Íunda indaba - read the story

s

ugwayi - tobacco 19

ushiri - cheese

onesi- nurses unkosikazi- mrs umuntu- person abantu- people

t thanda - like, love thengisa - sell izithelo - Íruit uthÌshâ - teacher othisha - teachers itiye - tea

q amaqanda - eggs J

u ubani - who

amaÌandi- rands s sala kahle - staY well usawoti - salt ushukela- sugar ishumi - ten siza - help amaswidi - sweets

valelisa- say goodbye z amazambane- potatoes lzinto ezithengwa esitolo. Things bought at the store.

20.

Ekhishini

uSipho:

Wenzanidadewethu? uSipho: uSibongile: Ngibhakaikhekhe.

uSipho:

Ngithandaubisi.

Mus'ukuntshontsha ubisi.Mus' ukuntshontsha ubisil usibongile; Yekaubisi!Ma, Ma! Woza,wozal

uSibongile: Mus' ukuntshontsha ubisibo!

21

uMamâ: Kwenzenjani! uSibongile: USiphountshontsha ubisi.

Thulani bantwana! Sipho uyaganga. NgizokushayaHayi mama. Ngeke ngiphinde.

Ekhishini uSipho:

Wenzani dadewethu?

uSíbongile:

Ngibhakaikhekhe.

uSipho:

Ngithandaubisi.

uSibongile:

Mus' ukuntshontshaubisi bo!

uSipho:

Mus' ukuntshontshaubisi. Mus' ukuntshontsha ubisi!

uSibongile:

Yeka ubisi! Ma, Ma! Woza, wozal

uMama:

Kwenzenjani!

uSibongile:

USipho untshontshaubisi.

uMama:

Thulani bantwana! Sipho uyaganga. Ngizokushaya.

uSipho:

Hayi mâma. Ngeke ngiphinde.

amabhodwe

+rì(__,

iketelo/igedleta

l^.1.r.-

tmtmese

@#

RN izinkomishi

Umama uthi, "Sibongile!"

"Yenza itiye Sibongile!"

"Bilisa amanzi Sibongile!"

"Deka itafula Sibongile!"

"Geza izitsha Sibongile!"

"Mus'ukuthintaisitofuSibongilsl" 24

Umama uthi, "Bantwana!"

"Lethani izitshabantwanal"

"Thulani bantwanal"

il

"Musani ukubanga umslndo bantwanal"

"Musani ukungcolisa ekhishinibantwana!"

UMSEBENZII lzibonelo Thenga! - Mus' ukuthenga! Thatha! - Mus' ukuthatha! 1. 2. 3. 4. 5.

Gangat Thinta! Banga umsindo! Phuzaubisi! Ngena!

6. Vulã iÍÍijil 7. NgcolisaisitoÍul 8. Ngcolísaikhishi! 9. Ntshontshaushukela! 1O. Chukuluzaudadewenu!

II UMSEBENZ] (ngêna ekhishini) - Bantwana musani ukungena ekhishini! Izíbonelo (shaya inja) - Bantwana musani ukushaya inja! 1. 2. 3. 4. 5.

(ngcolisaitafula) (ya esiteshinil {bangaumsindo} (ntshontshaikhekhel (gangal

6. 7. 8. 9. 10.

(ngenamanjel (thenga amaswidil (dlalaekhishini} (basa isitoíul (ya ekhaya)

III UMSEBENZI Phendulaimibuzo lzibonelo Uzokwenzaninamuhla?(sizaugogol - Ngizosizaugogo namuhla. Nizokwenzaninamuhla?{dlala ibhola} - Sizodlalaibhola namuhla 1. Uzokwenzaninamuhla?(deka itaÍulal 2. Uzokwenzanimanje? {pheka ukudla} 3. Nizokwenzaninamuhla?(siza umamal 4. USipho uzokwenzaninamuhla?(dlalal 5. Nizokwenzaninamuhla?{bhaka ikhekhel 6. USibongileuzoiwenzani manje? (geza izitshal 7. Uzokwenzanimanje?(ya esitolol ,8. Uzokwenzanimanje? (thenga isinkwa) 9. Nizokwenzanimanje? (ya êThekwini) 1O. Umama uzokwenzanimanje? (itiyel

' .. .

UMSEBENZIIV lzibonelo BaÍuna mina. - BayangiÍuna. Bazosizamina. - Bazongisiza. Bazosizawena. - Bazokusíza. BazoshayauMandla. - Bazomshaya. Bazobizanina. - Bazonibiza. 1. 2. 3. 4. 5.

Ngizosizaumama. Bazobizamina. Bazohluphaubaba. Sizokhombisaomama. BazobizaumÍana.

6. Sizohluphaothisha. 7. Sizobonawena. 8. Bazokhombisanina. 9. Bazosizamina. 1O. Uzothinta abafundi.

UMSEBENZIV InventsuitableanswersÍor the Íollowing:1. 2. 3. 4. 5.

^

:

Wenzani umama ekhishini? Wenzani usipho esitolo? Wenzani uNkk. Dube esitolo? Wena wenzani ekhaya? Ubonaniekhishini?

6. 7. 8. 9. 10.

Uphekaniekhishini? Uthanda ukudlani? Udêkani? Wenzaníngezitsha? Uphuzani?

ACTIVITIES:-

_

1. Wena wenzani ekhishini?Say b things you do in the kitchen. 2. lmagineyou are mother.Tell Sibongileyour daughterto do 5 things in the kitchen. 3. Pupilsmust act out variousactions,eg. layingthe table etc given them by the teacher and the other pupils must say what they are doing. The pupil doing the action asks, Ngenzani?(what am I doing?).lf the pupil is drinkingthe answeris Uyaphuza. Possibleactions:- thenga, dayisa, ganga, yenza itiye, basa isitoÍu, valelisa,deka itaÍula, bingelela,bangaumsindo.ntshontsha,shaya, etc. 4. A pupildoesan actionand anotherpupilmusttell the pupildoingthe , actÍonto stop risingthe order Mus' ukü.......egThe pupil drinks response,Mus' ukuphuza.The child drinking can then answer, Kodwa ngithandaukuphuzanje!

UMSEBENZI VI Write down or say what the peoplein the picturesaredoing.

,rzl/:.-ì.-'ì,.7

-ú-c€--\ì

'

\

USibongileusiza umama ekhishini

Funda lndaba Umama usebenza ekhishini. USibongile usiza umama ngomsebenzi ekhishini, Umama uthi. "Sibongile cwecwa amazambane!" USibongileucwecwa amazambane.Umama uthi, "Sibongile sula iÍriji ngemÍaduko!" Usibongile usula iÍriji kahle. Umama uyajabulangoba uSibongileusebenzakahle. Umama upheka ukudla esitoÍini. Upheka inyama. Upheka imiÍino namazambane. USibongile uthanda amazambanenenyama. USibongileugeza izitsha, Íuthi usula izitsha ngemÍaduko.USibongileukhuthele. Usebenzakahle impela ekhishini. Phendulaimibuzo. 1. Ucwecwani USibongile? 2. UgezaniuSibongilâ? Umama wenzani? "3. 4. Kukhonaniekflishini? 5. USibongileuyagangà?

6. 7. 8. 9. 19.

UsebenzaphiuSibong-ile? UthandaniuSibongile? USibongil€usebenzaèsitolo? Wena uyamsizaumama okhishini? Wena uthanda ukudlani?

Role Play Take the roles of mother and child in the kitchen. Mother gives her child severaltasks to do in the kitchen. Child can do something wrong. Mother reprimandsthe child.

AMAGAMA AMASHA/VOCABULARY a amanzi - water bl ba - they banga umsindo - make a noise basa ísitoÍu - switch on stove bhaka - bake amabhodwè - pots ibhola - ball bilisa - boil c cêla - request, ask chukuluza- tease cwecwa - peel with knife dudadewethu - my/our sister odadewethu - my/our sisters deka - lay (table) dlala - play dla - eat Í ifrüi - fridge g ganfa - be naughty geza - wasn

h hlupha - trouble

jabula - be haPPY k ikhekhe - cake ikhishi - the kitchen khombisa - show khuthele - diligent, hardworking Kukhonani?- What is rhere? Kwenzenjaní?- What is the matter? kodwa - but I letha - bring m - him/her Ngiyamthanda.- | like him/her. manje - now izimfologo - Íorks mina - me imimese - knives uku... - don't (singular) -usa uku... - don't (plural) musani imíaduko - dish cloth n namuhla - today Ngeke ngiphind'e.- Iwon,t do it again. ngcolisa - make dirty 30

' _ '

.

ngona - enter ngoba - because nika - give inia - dog izinkomishi - cups ntshontsha - steal, pinch inyama - meat

itaÍula - table thi - say thintha - touch thula - keep quiet isitoÍu - stove iziGha - dishes

P' Pheka - cook phuza - drink izipunu - spoons

vula - oPen

" sebenza - work (verb) shaya - hit usinki - sink sula - wipe

ì-

| thatha - take

ï"n" - ,o, (singurar) *oza - come Y Yeka - leave z 2o - used for future ngizopheka - | will cook

31

UhlalaphiuMandla?

uMuzi: uMandla:

uMandlâ: uMuzi:

Sawubona Mandla. Angisakwazi!

uMuzi:

Uhlalaphimanje?

u M a n d l a:

N gi hl al aeMl azi .

Yebo Muzi. kade ngakugcina!

Wenausahlala eChesterville? Yebongisahlala khonâ.

uMandla: Usafunda isikole? uMuzi: Yebo ngizofunda uÍoÍm 1 nonyaka,

uMuzi:

Wena wenzani?

uMuzi:

Uyasebenza!

uMandla:

Ngisebenzaedolobheni.

uMandla:

Yebo ngiholakahle.

í

uMuzi:

Ngiyajabulaukuzwa lokho. Ngiyakubongela

uMandla:

Nali ibhasi.

uMuzi:

Uhambe kahle.

uMandla: Usale kahle.

UhlalaphiuMandla? uMuzi: uMandla: uMuzi: uMandla: uMuzi: uMandla: uMuzi: uMandla: uMuzi: uMandla: yMuzi: uMandla: uMuzi: uMandla:

Íiawubona Mandla. Angisakwazi! Yebo Muzi kade ngakugcina! Uhlalaphimanje? Ngihlala eMlazi. Wena usahlala eGhesterville? Yebo ngisahlalakhona. Usafundaisikole? Yebò ngizoÍunda uÍorm I nonyaka. Wena wenzani? Ngisebenzaedolobheni. Uyasebenza! Yebo ngihola kahle. Ngiyajabulaukuzwa lokho. Ngiyakubongela. Nali ibhasi. Uhambe kah' Usale kahle.

Uhlalaphi?

NgihlalaeThekwini.

Ngihlalaemaphandleni.

n -f .l_

NgihlalaeMlazi.

UhlalaphiuThemba? UThemba uhlala ecoli.

35

-*\

':-'-a

3':_-:-

)/'

tffiw iWsrt

yfd -.,^r,,) )

NgihlalaeÍulethini.

Ngihlalaepulazini.

NgihlalaKwaMashu

Basebenzaphi?

(,ú

çi"

'#, I

Ngisebenzaeposini.

l:+

J\-f

,'&

Abaíundi bafunda esikoleni.

-'-í

-l

I

,'lt "l

rl

..)

UThandiusebenzaedolobheni.

UThulaniusebenzaeDulazini.

NgisebenzaeDunlops.

Ubaba usebenzaehovisi.

U-anti usebenzakwalever.

Basebenzaebhange.

Kanjani?

UDudu ushayelakanjani? Ushayelakabi.

UMuzi ugijimakanjani? UMuzi ugijimakakhulu.

UMandlausebenzakanjani? Usebenzakahle.

Ubabamkhuluuhamba kanjani? Uhambakancane.

Ubabaubhema kanjani? Ubaba ubhemakakhulu.

UMSEBENZII tzibonetoUsebenzaphiuJohn? {kwaGame}- UJohn usebenzakwaGame. Usebenzaphiumama? (esitolol - Umama usebenzaesitolo. 1 . Usebenzaphi ubaba? (eÍektÍil 2. UsebenzaphiuMichael?(egalaji) 3. UsebenzaphiuJane? (kwaStutterÍords) 4. Usebenzaphiu-anti? (kwaLeverl 5. UsebenzaphiuTheriúa? (kwa-OKl 6. Nisebenzaphi?{ehovisíl 7. NiÍundaphi?(esikolenil 8. Nihlalaphi?(eMgungundlovu) 9. Wena uhlalaphi? {eShowe} 1O. Bahlalaphi?(oKhahlambaI UMSEBENZIII lzibonelo Nisebenza kanjani? {kahlel - Sisebenza kahle. Usebenzakanjani?Íkabil - Ngisebenzakabi. 1. Ugijima kanjani?(kancane) 2. UMuzi usebenzakanjani?(ngokushesha) 3. USibongileupheka kanjani?(kahle) 4. AbaÍundi baÍunda kanjani?(kahle) 5. Ubaba usebenzakanjani?{kakhulul 6. Udadewethuufunda kaniani?(kancanel 7. Nidla kanjani?(ngokushesha) 8. Ogogo bahambakanjani?(kalukhuni) 9. Obabamkhulubahambakaniani?{kancane} 1O. U-anti upheka kanjani?(kahlel ACTIVITIES 1. Pupilsmust ask each other where they live and where they or membersoÍ their famíly work/study. 2. Students are given variousactions to do and the teacherasks what action;s beingdone and how it is beingdone. For example:teacher: Wenzani uJill? pupil: r UJill ushaYelaimoto. teacher: UJill ushaYelakanjani? UJill ushaYelakabi. Puqil:

3. Role Plav Pupilsgreet each other (they have not seen each other for a long time). They ask each other where they are working/studying. They ask whether they are earninga good salary. They ask whether they like their work and where they are staying at presenr. UMSEBENZIIII Phendulaimibuzo 1. 2. 3. 4. 5.

Wena uhlalaphi? Wena uÍundaphi? UÍunda kanjani? Uthisha uÍundisa kanjani? Wena ugijima kanjani?

6. 7. 8. 9. 1 0.

Wena upheka kanjani? Ubaba usebenzaphi? Uthanda ukudlani? UhlalaeMgungundlovu? Usiza ubani ekhava?

UMSEBENZIIV lmagineMary's responseto James. WÍite In her responseto each statement or ouestion. -.

uJames.'

Sawubona Mary. Usaphilana?

uMary: uJames:

UsasebenzakwaTruworths?

uMary: uJames:

NgisasebenzaeÍektÍi.

uMary: uJames:

Gha, ngihola kabi.

uMary: uJames: -

Ngiyaebhasini.

ruMary: uJames:

Masihambisane.

AMAGAMA AMASHA/VOCABULARY ak Kade ngakugcina'- lsaw you last ages ago' kaniani - how kalukhuni - with difÍiculty kancane_ slowly oKhahlamba- at the Drakensberg kwa-OK - at the OK kabi - badly

Angísakwazi - | don't know you any more. (l haven't seen You Íor ages). b ebhange- at the bank ubabamkhulu- grandÍather ibhasi - bus bhema - smoke

eMgungundlovu- to' at' Írom Pietermaritzburg. eMlazi- to, at, from Umlazi (Durbanarea)

iChesterville- township in Durban d eDunlops - at Dunlops

lgiyakuuongeta.- lam pleased f or you/congratulations. nali - here is ngokushesha- Íast unYaka- Year nonyaka - this year

Í funda - learn, read Íundisa - teach eÍulethini - in a Ílat eÍektri - at the Íactory

p emaphandleni- in the rural âreas post office eposini - at the

o ãgahji - at the garage

s Usale kahle. - May you staY well. drive shaYela-

h Uhambekahle. - May you.go well. hlala - live, sit ehovisi - at, in the office hola - earn

z zwa - hear, understand,Íeel 42

l i

Ungubani?

uDudu:

Sawubonaïhandi, uThandi: Sawubona Dudu. Nangu umngane wami uNonhlanhla.

uDudu: Uvelaphi? uNonhlanhla: NgivelaeShowe.

uDudu:

Ngiyajabulaukukwazi. Konje ngubani isibongosakho? uNonhlanhla: lsibongosami nguSithole.

Hawukukude.pho wenzanieThekwini? uNonhlanhla: Ngivakashile. uDudu:

uDudu: Ngiyethembaukuthi uzobusaeThekwini.

uoudu:

Hambanikahle.

uThandi: Sala kahle.

Ungubani? uDudu:

Sawubona Thandi.

uThandì:

Sawubona Dudu. Nangu umgane wami uNonhlanhla.

uDudu:

Ngiyajabulaukukwazi. Konje ngubani isibongo sakho?

uNonhlanhla: lsibongo sami nguSithole. uDudu:

Uvelaphi?

uNonhlanhla: Ngivela eShowe. uDudu:

Hawu kukude. Pho wenzani eThekwini?

uNonhlanhla: Ngivakashile. uDudu; '

Ngiyethembaukuthi uzobusaeThekwini. Hambani kahle,

uThandi:

Sala kahle.

Ungubani?

NginguSibongile. NgingowakwaMkhize.

Ngingunesi. lgamalaminguGugu. lsibongosamjngucumede.

Singabakhi.

NginguThemba. NgingowakwaShozi.

Ngingudokotela. lgama lami nguJames.

UMichaelunguthisha.

Ngifuna ukunazisa

Ngifuna ukunazisa. Ngumnganewami.

NginguMkhize.

46

UMSEBENZII lzibonelo Ngi (uJohnl - NginguJohn. Si {abaÍundil - SingabaÍundi' Ba (othishal - Bangothisha. 1. 2. 3. 4. 5.

Ngi {uGindy) Ngi (uMkhize) Si (abantwana) Si {odokotela) Ngi {unesi}

UMSEBENZIII Phendulaimibuzo 1 . Ungubani? 2. Ngubani igama lakho? 3. Ungowakwabani? 4. UnguThemba? 5. UngumÍana?

6. UThemba(udokotela) 7. U-anti (uthishal 8. Ngi (iphoyisa! 9. AbaÍana (abadlali) 1O. Ngi (uDavid)

6. Uyintombi? 7. Ungumfundi? 8. Uyisikelemu? 9. Uthisha uyindoda? 1 O. Ngubaniisibongosakho?

ACTIVITIES 1. Pupils must practise introducing each other and introducing themselves. To introduce one person to one other person, use 'ukukwazisa'. and 'ukunazisa'for introducingseveralpeople' Eg' a) umfundi: Ngifuna ukukwazisa. Nangu uJill Smith' Nangu-uJane 8Íown' Ngiyajabulaukukwazi. uJitt: uJane: Nami ngiyajabulaukukwazi' b) NginguBillJones. Konie ngubani igama lakho wena? uBilt: uJune: lgama lami nguJune. NgingowakwaRobinson' NgiYaiabulaukukwazi. uBill: 2. Teacher asks each pupil their name and surname' 3. Rote Ptay Pupils meet for the first time, ask each others name where they come Írom and where they study or work' 4. Puoils ask each where their parents, or other members oÍ rheiÍ Íamily work and what they are ìe doctor, nurse etc' umfundi /.' Usebenzaphi ubaba wakho? umfundi 2.' Ubaba usebenza edolobheni. umfundi 1: Ungudokotêla? umfundi 2: Cha, unguthisha.Usebenzaphiumama wgkho?

umfundi | :

Umama usebenza esitolo' Usebenza kwaTruwoÍths'

UMSEBENZIIII tzibonetoYini le? (ugwayi) - Wugwavi./Ngugwayi' Yizini lezi (izilwane)- Yizilwane. Ngubanilo? (umÍowethul - NgumÍowethu. Ngobanilaba? (abaÍundi)- NgabaÍundi. 1. Ngubanilo? (uSipho) 2. Ngobani laba? (oJohn) 3. Ngubanilo? {uJane} 4. Yini le? (inia) 5. Yini le (inkukhul 6. Yizini lezi? {amakatil 7. Yizini lezí?(izitsha) 8. Yini le? (iphelal

9' Yini le? (impukanel 10. Yizini [ezi? (izimoto) 11. Ngubani to? (uthisha) 12' Ngobani laba? (onesil 13' Ngobani laba? (abangane) 14' Ngubanilo? (u-anti) 15. Yini le? (amasil

ACTIVITY Pupilspractice asking the teacher what something is in Zulu' uthi' "ujamu"' eg -" Uthini ngesiZulu"iam"? - ngesiZulu uthi' "amazambane"' NgesiZulu Uthini nlesiZulu "potatoes"? ROLEPLAY SUGGESTIONS Students act out scene where a young child pesters his/her mother asking what everything is (or older brother or sister is asked). Eventuallythe mother or older brother gets Íed up' umntwana: umama:

Yini le mama? Yisinkwa mntanami.

umntwana!

Yini le mama?

umama: umntwana:

Yikati mntanami. Yini le mama?

umama:

YimPukane.

ymntwana: umama:

Yizini lezi? Hawu uÍuna ukwazi konke! Thula manie! Ngikhathele. 4A

or A Íussy person enters a store wanting tg buy vegetables and asks the assÌstantwhat everything is. The assistant finally gets angry. The customer also gets angry and leaves. umthengi: Yizíni lezi nkosikazi/mnumzane? umthçngisi: Ngamazambanenkosikazi. Hawu ngamazambaneimpela bengithi ngamatshe/ umthengi: ngamaqanda.Yizini lezi? umthengisi: Ngubhontshisi nkosikazi. Ngubhontshisi impela? Cha wukhula! umthengi: umthengisi: Ufuna ukuthonga ubhontshisi? umthengi: Hayi, hayi! Konko kubolile! umthengisi: Konke kubolile! Konke kubolile! umthengi: Yebo ngiyahamba manje. umthengisi: Kulungile. Anginandaba, Hamba! Hamba! Hamba! The items can be changedand the conversationlengthenedif desired.

':

Funda lndaba NginguThemba NginguThemba. NgingowakwaMkhize. Ngihlala kwaMashu. Ubaba ungumakhi. Usebenza kwaCorobrick. Umama ungunesi, Usebenza esibhedlela. Udad€wethu ungumÍundi.Ufunda esikoleni. Nami ngiyafunda. NgiÍunda ibanga lesibili. Umíowethu ungumlimi. Uhlala epulazini. Phendulaimibuzo L UThembaungunesi? 2. Wena ungunesi? 3. Usebenzaphiunesi? 4. Wena ungowakwabani? 5. UhlalaphiuThemba?

.

6. UsebenzaphiuThemba? 7. UThembaungowakwaDlamini? 8. UThembauhlala eShowe? 9. Usebenzaphiumlimi? 1O. Usebenzaphiubaba wakho?

WRITTENTASK Write about 5-1O lines about yourselÍ and your Íamily. what they do and where they live. Say what your name is and your surname.

AMAGAMAAMASHA/VOCABULARY m abakhi - builders akha - to build Anginandaba.- | don't care. azi -.to know ukukwazisa - introduce one person ukunazisa - introduce several peopre b obaní - who (plural) ibanga lesibili- standard 2 bongithi - | thought ubaba wakho - your father ubhontshisi- beans esibhedlela- at the hospital bolile - rotten isibongo - surname isibongosami - my surname isibongosakho - your surname d abadlali- players indoda - man

s igama lami - my name isigebengu- gangster k amakati - cats khathele - tired ukhula - weeds konje - by the way konke - everything kukude - it is far uktd %' .

s:js49^m

;ïY'-K I

/"

' ,ll

Usindisiwe noThembabayashada \ Sithi. "Sinifiselainhlanhla.

NgePhasikasithi, "Sinifisela iPhasikaelihle."

UThamsanqauthole umsebenzi. " Umama uthi, "Siyakubongela/halala.

{q

NgoKhisimusisithi "SiniÍiselauKhisimuzi omuhle"

'

EXERCTSES coMMUNrcATroN ' '

1. Pupilsphone each other to congratulatesomeone on: 1. 2. 3. 4. 5.

Passingan exam. The bírth of a child. A new job. A wedding. A birthday.

2. Pupilswish each other a happy Easterand Christmas.

Funda indaba UNkk. BhenguusháyelaUNkk. Sithole ucingo UNkk. Bhenguufuna ukukhulumanonkosikaziSitholê.UshayelauNkk. Sithole ucingo. UDudu uphendulaucingo. UDudu ubiza uNkk. Sithole. UNkk. Sithole uza ocingweni. UNkk. Sithole uhlala eMgungundlovu. UNkk. Bhengu uhlala eThekwini. UNkk. Bhengu ukhuluma ngomÍana wakhe uThemba. UThemba uphase kahle ukuhlolwa. Uzothola umklomelo esikoleni. UNkk. Sithole uyambongela. UNkk. Sithole akaphilile namuhla uphethwe yikhanda. UNkk. Bhengu uyamzwela. UNkk. Sithole akakwazi ukuya edolobheni. Akakwazi ukuphumela phandle. UNkk. Bhengu uzolungisaidili. UzotungiselauThemba idili. Bazohlabaimbuzi. Bazomemaabantu abaningiedilini. UNkk. Bhengu umema UNkk. nomnumzane Sithole. UNkk. Sithole uthi bazokuza edilini. UkhonzakuNkk. BhengunomnumzaneBhengu.UNkk. Bhengu noNkk. Sithole bayavalelisana. 1. UNkk. Bhengu ushayelaubani? 2. UNkk. Bhenguujabulelani? 3. UThembauzotholani? 4. Wena uzophasakahle? 5. UNkk. Sithole usaphilana? 6. Bazohlabaniedilini? 7. UhlalaphiUNkk. Bhengu? 8. Wena uhlala eMgungundlovu? 9. UNkk. Sithole uyakwazi ukuza edilini? I O, Wena uzothola umklomelo esikoleni? 97

UMSEBENZI V lmaginethe responsesSibusisogivesin this conversation uThamsanqa:

sawubona SibuJiso.Usaphilana?

uSibusiso:

Cha

uThamsanqa:

Hawu kwakubi-ke lokho. Wenzani lapha?

uSibusiso: uThamsanqa:

Akekhonamuhla.

uSibusiso: uThamsanqa:

Yebo kufanele ukuba ubuye kusasa.

uSibusiso: uThamsanqa: Yebo hambakahle. COMMIJNICATIONEXERCISE- Turn to page IOO AMAGAMAAMASHA/VOCABULARY ucingo - the phone Ucingo luyakhala - The phone ls rlnglng ocingweni - on the phone d dabula - tear edilini - to the feast idili - Íeast | iisa - wish Siniíiselainhlanhla.- We wish you luck.

akekho - he is not here Awume isikhashana.- please' hold on a moment. angazi - | don't know

b Ngiyakubongela - Congratulations Siydbabongêla- We congratulete them. 98

h hlaba - slaughter Bazongihlabelaimbuzi - ,They will slaughtera goat foÈ\me. k uKhisimuzi-Christmas ngoKhisimuzi- at Christmas uKhisimuziomuhle -a happy Christmas Khonza- Send greetings Khuluma ngomíana wakhe speak about her/his son khonkotha - bark I lungisa - arrange m ma - stop, stand, holà on (PhoneI mema - invite mhlawumbe - perhaps n abantu abaningi- many people izindaba- news Nginezindaba ezimnandi. - | have good news. inombolo yakho - you number umyalezo - message shiya umyalezo- leave a message inhlanhÍa- luck unenhlanhla- you are lucky umuntlt omusha - the new person

Siyabonga umuntu omusha We are thankful for the new chitd. p iPhasikaelihle- a happy Easter ngePhasika sithi - at Easter we say pheka itiye - make tea phêndulaucingo - answer the pnone Ngiphasile.. I have passed. phinda - repeat phumela phandle- go outside s sand 'ukuphasa- just passed (recently) shada - marry shaya ucingo - phone (verbi shayelauJane ucingo - to phone Jane usikilidi- cigarette sobonana- we will see each other t thola - get valelisa - say goodbye x xolisa - make Deace Ngiyaxolisa.- | am sorry. z za - come zwela - feel for Uyamzwela- She sympathises wrth him/her. abazali- parents

ir \\

Ë* Êg: < ,Ë!2

-{-ì J

Ì

Ë €:;

cEËE a \J I I

5

N

* uÌi { o)g

.Eì à9

õ_n

eE

o

ii P -s' JO

og

úi "-\:" ". : íl